Umlando wakhe – Ngumnikazi wenkampani iKutokea Afrika (Pty) Ltd engamele futhi engumnikazi we-Ingaloyomthetho. Ungumbhali wencwadi ‘Amafa Nomthetho’. Uneziqu zomthetho i-B. Juris kanye ne-LLB azithola enyunivesithi iDurban-Westville esiyaziwa nge-University of KwaZulu-Natal. Ubuye asebenze njengommeli wezomthetho, usesebenze iminyaka engaphezu kwema-20 engummeli. Ungungoti emkhakheni womthetho wezamafa.
I-imeyli yakhe: tnkosi@ingaloyomthetho.co.za
Umlando wakhe - Ngummeli waseNkantolo Enkulu yaseNingizimu Afrika (Advocate of the Supreme Court of South Africa). Uneziqu ze-LLB azithola e-University of Zululand.
I-imeyli yakhe: sxulu@ingaloyomthetho.co.za
Umlando wakhe - Uneziqu iBachelor of Administration azithola enyunivesithi iDurban-Westville esiyaziwa nge-University of KwaZulu-Natal. Unolwazi olunzulu ekukhetheni nokuqasha abantu abafanelekile ezikhundleni zomsebenzi kanye nokuqagula izinhlonhlobo zobungozi ezibhekana namabhizinisi. Ubuye asebenze njengeCompliance Administrator eGagasini Insurance Brokers.
I-imeyli yakhe: nbiyela@ingaloyomthetho.co.za
Umlando wakhe – Uneziqu zeBachelor of Accounting azithola e-University of KwaZulu-Natal. Ubuye asebenze njenge-Accounting Manager yakwa-Eskom Holdings, ophikweni i-Eskom Retail Management Department.
I-imeyli yakhe: sshabane@ingaloyomthetho.co.za
Umlando wakhe – Ngummeli wezomthetho oneziqu ze-LLB azithola e-University of Transkei. Uqeqeshelwe futhi ukuba ngummeli wezezindlu nezemihlaba (conveyancer). Esikhathini esedlule uke wasebenza njengomdayisi wezindlu. Ungumlawuli wenkampani yakhe yezomthetho iNtuli Incorporated Attorneys.
I-imeyli yakhe: nntuli@ingaloyomthetho.co.za
Umlando wakhe – Uneziqu zobuchwepheshe iDiploma in Information Technology azithola e-
University of South Africa. Usebenza njengeGraphic Designer and Website Developer.
Ungumsunguli nomnikazi wenkampani yezobuchwepheshe iKreativ Inc. Digital Solutions.
I-imeyli yakhe: nbuthelezi@ingaloyomthetho.co.za